Phikelela kuze kube sekupheleni

Anja Schraal & Solvejg Stober

NgokukaMathewu 24:
UJesu wathi qaphelani ningadukiswa muntu.
ngoba abanengi bazakuza bathi: Mina nginguKristu.
Futhi kuyovela abaprofethi bamanga.
Niyozwa ngempi namahemuhemu empi, kodwa ningethuki.
Abantu bavukela abantu, umbuso uvukela umbuso,
Indlala yonke indawo, ukuzamazama komhlaba lapha nalaphaya.

Kodwa phikelelani kuze kube sekupheleni
khona-ke uzojabula, ngakho uzojabula.

Bazalizingela njengoba nje bangizingela mina.
Futhi ngenxa yalokhu kuhlupheka, abanye bagcina bevalelwe.
Bayokuzonda, bayokuqalekisa
futhi nilinge kokubi.
Uzizwa ushiywe wedwa.

Kuyoshabalala izulu nomhlaba
kodwa amazwi ami ama phakade.

Shiya amazwana

Ikheli lakho le ngeke ishicilelwe.

Ngiyavumelana nokugcinwa nokucutshungulwa kwedatha yami ngokuya nge-EU-DSGVO futhi ngamukela izimo zokuvikela idatha.